Encwadini yamaHeberu, uKristu waprofethwa ukuba uzoza okwesibili ukuze asindise isintu. UMika waprofetha ukuthi uNkulunkulu uzakufika eSiyoni nokuthi Yena uqobo uyosifundisa izindlela Zakhe ezinsukwini zokugcina. U–Isaya waprofetha ukuthi Lo onika abantu ukuphila okuphakade ngePhasika Lesivumelwano Esisha, nguNkulunkulu wethu uqobo.
uKristu uAhnsahnghong weza kulo mhlaba esenyameni okwesibili, waba iNkosi yaseSiyoni
ngokubuyisela iPhasika Lesivumelwano Esisha, elabhujiswa ngo-AD 325. Emva
kokushumayela iminyaka engu–37 ngokwesiprofetho sobukhosi seNkosi uDavide, Wafundisa abantu baseSiyoni iqiniso likaNkulunkulu uMama, uMlobokazi kaMoya.
Njengoba uPetru wabona uJesu ngeqiniso lokuthi, uJesu Wanikeza amazwi okuphila okuphakade, iBandla likaNkulunkulu likholelwa kuKristu uAhnsahnghong noNkulunkulu uMama, abasinika amazwi okuphila okuphakade esikhathini sikaMoya oNgcwele.
“uKristu Ozofika Okwesibili usefikile egameni likaDavide, kumelwe asishiye emhlabeni emva kokushumayela iVangeli iminyaka engu–37.”
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha