Abanye bathi umphefumulo womuntu awusabi khona emva kokufa, ngoba kulotshiwe: “ngokuba mhla wadla kuwo, uyokufa nokufa” (Gen 2:17), nokuthi, “umphefumulo owonayo, uyakufa.” (Hez 18:4). Yebo, kuyiqiniso ukuthi, uma isoni sifa, umphefumulo waso nawo uyafa. Kodwa ukufa komzimba kuhlukile kunalokho komphefumulo, ngoba umzimba wakhiwe ngothuli lomhlabathi, kanti umoya unikezwa nguNkulunkulu (UMshu 12:7).
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha