UJesu wavusa uLazaru ekufeni, walapha abagulayo abaningi, kodwa bonke bafa.
Akusona isimangaliso esikhulu ukuthi umuntu ogulayo uyalashwa futhi abuyiselwe ekuphileni,
kodwa kuyisimangaliso esikhulu ngempela ukuthi singakwazi ukuthola ukuphila okuphakade ngokuthatha isinkwa sokuphila ngePhasika.
“Nkosi, siyakuya kubani na? Nguwe onamazwi okuphila okuphakade.”
Ukukholelwa kuKristu u-Ahnsahnghong kanye noMama waseZulwini,
ababonakale njengoMoya kanye noMlobokazi enkathini kaMoya oNgcwele,
kuyindlela yokwamukela izibusiso zoMbuso weZulu njengoPetru.
Inhlangano Ethunywe Ezweni iBandla likaNkulunkulu, lapho uMama waseZulwini enabantu Bakhe, yibandla eligcina iPhasika Lesivumelwano Esisha—isinkwa sokuphila, ngokwentando kaNkulunkulu.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha