IBhayibheli liphrofetha ukuthi uMoya noMakoti bazonika amanzi okuphila kulenkathi (ISam 22:17).
UMoya unguNkulunkulu uBaba.
Khona-ke, ngubani uMakoti ovela kanye noMoya futhi osinika amanzi okuphila na?
“Woza, ngikukhombise umlobokazi,
umakoti weWundlu.” . . .
nephakeme, yangikhombisa umuzi ongcwele,
iJerusalema, wehla ezulwini . . . (ISam 21:9–10)
Kepha iJerusalema eliphezulu likhululekile,
lingumama wethu (Gal 4:26)
Ngamanye amazwi, njengoba uMakoti kaMoya enguNkulunkulu uMama, singathola isibusiso samanzi okuphila uma samukela uNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama onguMoya noMakoti.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha