Okusemhlabeni kungumfanekiso nesithunzi salokho okusezulwini. Njengoba nje ukuphila namanzi kungenakuhlukaniswa emhlabeni, ukuze sithole ukuphila okuphakade futhi siphile ngenjabulo embusweni wezulu, kumele samukele amanzi okuphila.
Njengoba uMoya noMlobokazi basitshela ukuba samukele amanzi okuphila, kumele sibone futhi sikholwe kuMoya noMlobokazi ukuze samukele amanzi okuphila.
IBhayibheli liyafakaza ukuthi uNkulunkulu Ahnsahnghong noMama WaseZulwini banguMoya noMlobokazi. UNkulunkulu usinika amanzi okuphila eBandleni likaNkulunkulu lapho behlala khona.
UMoya nomlobokazi bathi: “Woza!” Nozwayo makathi: “Woza!” Owomileyo makeze; nothandayo makathabathe amanzi okuphila ngesihle. IsAmbulo 22:17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha