Umsebenzi wangempela webandla ukushumayela
umlayezo wensindiso emhlabeni wonke.
NgoSuku lwePhentekoste, uNkulunkulu wathulula uMoya oNgcwele
phezu kweBandla likaNkulunkulu elalihanjelwa nguPetru noJohane
eminyakeni engu-2000 edlule-iBandla elaligcina iSabatha,
iPhasika, kanye nePhentekoste ngaphansi kweSivumelwano Esisha.
Esikhathini sikaMoya oNgcwele, futhi, uNkulunkulu uthulule
uMoya oNgcwele phezu kweBandla likaNkulunkulu elineSivumelwano Esisha,
waphathisa iBandla umsebenzi wokusindisa izwe.
“kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.” IzEnzo 1:8
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha