UNkulunkulu wasemisle amagama kanye nezinsuku zeMikhosi
yeTestamente Elidala, ngomthetho kaMose iminyaka engu-3,500 edlule,
futhi wasiyala ukuba sigcine uSuku lwePhentekoste ngosuku lwesi-50
kusukela ngoSuku Lokuvuka (uMkhosi woLibo).
Ngemva kokuvuka kukaJesu, abafundi bathandaza ngobuqotho
izinsuku eziyishumi kusukela ngoSuku Lokukhuphuka, bamukeliswa uMoya Ongcwele
ngoSuku lwePhentekoste; babona umsebenzi omkhulu kaMoya oNgcwele
lapho izinkulungwane ezinhlanu zabantu baholwa ukuba basindiswe ngosuku.
Ngendlela efanayo, abangcwele beBandla likaNkulunkulu bagcina
uSuku lwePhentekoste ngokwe zwi, futhi bafakaza
emhlabeni wonke ngabaSindisi esikhathini sikaMoya oNgcwele,
uKristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, ngoMoya oNgcwele
wemvula yamuva, baphaphamisa abantu ngayo yonke inhliziyo kanye nengqondo yabo.
“kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.” IzEnzo 1:8
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha