Ukungaligcini iPhasika Kuyafana Nokungawugcini Umyalo Wokuqala Njengoba iNkosi uJosiya neNkosi uHezekiya basusa zonke izithombe, bakhonza uNkulunkulu ngayo yonke inhliziyo nangengqondo yabo kuphela lapho begcina iPhasika, nanamuhla futhi, singawugcina umyalo wokuqala othi, “Ungabi nabanye onkulunkulu phambi kwami,” kuphela ngokugcina iPhasika lesivumelwano esisha.
IBandla likaNkulunkulu Likhonza UNkulunkulu Kuphela Ngokugcina iPhasika Thina, abantu, asisoze sisindiswe noma sibusiswe uma sikhonza onkulunkulu ngaphandle kukaNkulunkulu. Yingakho UKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama bebuyisele iPhasika lesivumelwano esisha esingakhonza ngalo uNkulunkulu kuphela, basicela ukuba siligubhe.
“Gcinani iPhasika kuJehova uNkulunkulu wenu, elilotshwe kule ncwadi yesivumelwano.” . . . Ngaphambi nangemuva kukaJosiya akuzange kube khona inkosi enjengaye eyaphendukela kuJehova njengoba enza—ngayo yonke inhliziyo yakhe nangawo wonke umphefumulo wakhe nangawo wonke amandla akhe, . . . 2 AmaKhosi 23:21–25
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha