Ensimini yase–Edene, kwakukhona uMuthi woKwazi Okuhle Nokubi, lapho uNkulunkulu wathi, “Uma uke wadla kuwo, uyokufa nokufa,” kanye noMuthi wokuPhila owaletha ukuphila okuphakade kunoma ubani owadla kuwo. Kepha, u–Adamu no–Eva balingwa yinyoka futhi abawulalelanga umyalo kaNkulunkulu othi bangasidli isithelo esinqatshelwe. Ngenxa yalokho, babengasavunyelwe ukuba badle kuMuthi wokuPhila, kodwa bafa.
IPhasika Lesivumelwano Esisha lingu Muthi wokuPhila ngokoqobo, esingakwazi ukuthi sidle inyama siphinde siphuze igazi likaJesu ngalo. Ukuze uNkulunkulu asisindise esonweni sokudla isithelo esenqatshelwe- isono esifanelwe ukufa, uNkulunkulu usinike elinye ithuba lokugubha iPhasika–ligujwe ngenyanga yesibili ngokwe-khalenda elingcwele.
IPhasika lachithwa ngo-AD 325, nendlela eya kuMuthi wokuPhila yavalwa futhi. uKristu uAhnsahnghong, umsunguli we–Nhlangano Yomsebenzi Wezwe Ibandla likaNkulunkulu, usivulele indlela futhi, ngokweziprofetho zeBhayibheli.
idili lewayini elinenhlese,
okukhulupheleyo okunomnkantsha,
iwayini elinenhlese elicwengekileyo . . .
. . . Uyakugwinya ukufa kuze kube phakade . . .
Kuyakuthiwa ngalolo suku:
“Bheka, lo unguNkulunkulu wethu . . . Isaya 25:6–9
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha