Ngesehlakalo esiwumlando sokuba, uJesu wakhuphuka eZulwini eminyakeni engu-2000 edlule, uNkulunkulu usinike ithemba lokuphuphuka, ithemba eliphilayo lokuthi thina siyoshintshwa ngamandla kaNkulunkulu futhi sihlangabeze iNkosi emoyeni.
U-Enoke njalo wayehamba noNkulunkulu, futhi wakhuphuka esaphila eZulwini, eyaziswa njenga loyo owayethokozisa uNkulunkulu. UNowa naye wahamba noNkulunkulu ngaso sonke isikhathi, wasindiswa ekwahlulelweni ngamanzi. U-Elisha walandela u-Eliya kwaze kwaba sekugcineni, kwaze kwaba usuku lapho u–Eliya ekhuphukela eZulwini, wangena esikhundleni sakhe njengomprofethi.
Namuhla, amalungu eBandla likaNkulunkulu aphila impilo yokuphenduka ethokozisa uNkulunkulu, ngokuhamba noBaba u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama endleleni yeVangeli nethemba lokukhuphuka.
Ngokukholwa u-Enoke wathathwa, ukuze angaboni ukufa . . . Ngokuba engakathathwa ufakazelwe ukuthi wayethokozisa uNkulunkulu; KumaHebheru 11:5
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha