Njengoba sidinga izitifiketi namalayinsensi ukuze sikwazi ukuphila kulomhlaba
ngakho sidinga isitifiketi saezulwini- isitifiketi sasezulwini-
ukuze singene eMbusweni wasseZulwini. IBhayibheli lisitshela
ukuba isitifiketi semfanelo yokungena eZulwini iPhasika leSivumelwano Esisha.
Njengoba sikholelwa ezweni elibonwayo, sidinga ukukholwa
nasezweni elingabonwa. UNowa wakholwa amazwi kaNkulunkulu
ngenkathi uNkulunkulu ethi Uyakubhubhisa umhlaba ngemvula,
okuyisimo angakze abe kusona phambelini. Amalunga eBandla lakuqala
abazange balahle ithemba leZulu ngisho nasekushushisweni
Kufanele sikholelwe kuNkulunkulu uBaba uAhnsahnghong
nakuNkulunkulu uMama, abaze njengoMoya noMlobokazi
kulesi sikhathi, futhi sigcine iPhasika leSivumelwano Esisha
ngokwe miyalo kaNkulunkulu. Kulapho-ke singathola khona ukuba yisakhamuzi
sasezulwini ngePhasika leSivumelwano Esisha, njengoMphostoli uPawulu .
Kepha ukukholwa kungukuqiniseka
ngezinto ezithenjwayo, kuyiqiniso ngezinto ezingabonwayo.
Ngokuba okhokho bafakazelwa ngakho. . .
kepha-ke ngaphandle kokukholwa akwenzeki ukumthokozisa; . . . Hebheru 11:1–6
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha