Njengoba izinja, obhobholwane, kanye nabantu banezikhathi siqu
sokuphila ngokuhlukana, umsebenze kaNkulunkulu
wokuhlenga unenkathi yawo ebekeliwe.
UNkulunkulu wahlukanisa umsebenzi wakhe wokuhlenga ngezinkathi ezintathu
–isikhathi sikaYise neseNdodana nesikaMoya oNgcwele,
futhi wasebenzisa igama elihlukile loMsindisi kuzo zonke izikhathi.
Esikhathini sikaMoya oNgcwele, insindiso iyakuphothulwa
ngegama elisha likaJesu. Ngakho amalunga eBandla likaNkulunkulu,
ofakazi balesi sikhathi, bathandaza futhi badumisa egameni
likaKristu uAhnsahnghong, owafika emhlabeni
maqondana neziprofetho zeBhayibheli.
Onqobayo ngiyakumenza . . . ngiyakuloba negama likaNkulunkulu wami phezu kwakhe, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, iJerusalema elisha . . . negama lami elisha. IsAmbulo 3:12
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha