Ama–Israyeli ababehamba ehlane iminyaka engu–40 bakhohlwa isimangaliso soLwandle Olubomvu namandla wePhasika uNkulunkulu ababonisa, ekugcineni babhujiswa ngoba babebheka izimo zabo kuphela.
UNkulunkulu wathi: “Konke lokho okungaveli ekukholweni kuyisono.” Kusho ukuthi uma singenalo ukholo futhi singalaleli izimfundiso kanye nemiyalo kaNkulunkulu, asikwazi ukuthola insindiso ekugcineni.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu awashintshi kunoma yisiphi isimo ngoba balandela ngokholo oluphelele uNkulunkulu uBaba uAhnsahnghong noNkulunkulu uMama, abafike ngesikhathi sikaMoya oNgcwele.
Zihloleni nina, nibone ukuba nisekukholweni yini, nizivivinye nina.2 Korinte 13:5
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha