Esikhathini sikaMoya oNgcwele, kumele sikholelwe kuNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama, silandele amazwi abo. Kuyilapho singakwazi ukwamukela ifa laphakade lasezulwini uNkulunkulu asithembise lona.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu akholelwa kwizithembiso zikaNkulunkulu, futhi bahamba indlela yevangeli, njengoba uJoshuwa noKalebi babekholwa isethembiso sikaNkulunkulu, bengagxili kulokhu okwakuphambi kwabo, njengoba nabangane bakaDaniyeli abathathu babengesabi nhlobo ngisho nalapho besatshiswa ngesithando somlilo, futhi njengoba noNowa walalela uNkulunkulu ngokukholwa lapho emtshela into engakaze ayibone ngaphambilini.
Kepha-ke ngaphandle kokukholwa akwenzeki ukumthokozisa; ngokuba ozayo kuNkulunkulu umelwe ukukholwa ukuthi ukhona nokuthi ungumvuzi walabo abamfunayo. KumaHeberu 11:6
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha