Lowo uqaphile, wenza intando kaNkulunkulu futhi uphakamisa ukubonga kuNkulunkulu. Ngezimo zeNkosi uSawule noSisera ezilotshwe eBhayibhelini, siyabona ukuthi labo abalele ngokomoya bazoholelwa ekubhujisweni ekugcineni.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu afakaza ngeqiniso emhlabeni wonke, futhi ashumayela ngoKristu Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama, abaSindisi eNkathini kaMoya oNgcwele. Bangabizwa ngokweqiniso ukuthi yilabo abaphapheme namuhla.
Qondani, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo sifuna esingamgwinya; melanani naye niqinile ekukholweni. 1 kaPetru 5:8-9
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha