Lapho uMose nabantwana bakwa-Israyeli bakha itabernakele njengendawo lapho iMiyalo Eyishumi eyokuhlala khona, belalela intando kaNkulunkulu, izinhliziyo zabantu zashukumiswa, baletha ngenjabulo zonke izinhlobo zezimpahla ukuze kuphelele ukwakha ithempeli. Lokhu kwaba umsuka woMkhosi Wamadokodo.
Ujesu wabutha impahla zokwakha ithempeli lasezulwini ngokushumayela.
Incazelo yeqiniso yoMkhosi Wamadokodo kulesi sikhathi, kungukuthola wonke amalungu omndeni wethu wasezulwini, izimpahla zokwakha ithempeli elingokomoya, nokubaholela kuBaba noMama, ebese bephelelisa ithempeli lasezulwini.
“okuhlanganiselwe kuye isakhiwo sonke, sikhule sibe yithempeli elingcwele eNkosini, okukuyo nani, nakhiwe nabanye, ukuba yindlu kaNkulunkulu ngoMoya.” Kwabase–Efesu 2:21–22
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha