UKhristu Ahnsahnghong kanye
noNkulunkulu uMama beza kulo
mhlaba besenyameni futhi bahamba
endleleni yokuhlupheka ukuze kusindiswe
abantwana Babo abahluphekayo nabaphila
ezinhlungwini ngenxa yezono abazenza ezulwini.
Uma sibona uthando
nokuzidela kwaBazali bethu
abangokomoya futhi siziqhayisa Ngabo,
uNkulunkulu uzosivuma “njengabantwana Bami”
phambi kwezingelosi, asinikeze nezibusiso.
Abantu bakaNkulunkulu baziqhayisa
ngoNkulunkulu uJehova enkathini
kaBaba noJesu enkathini yeNdodana.
Ngendlela efanayo, kufanele
siziqhayise ngoKhristu Ahnsahnghong
nangoNkulunkulu uMama, abeze njengoMoya
noMakoti enkathini kaMoya oNgcwele.
Kufanele futhi siqaphele amasela
angokomoya antshontsha izinhliziyo zethu,
naphambukisa izinhliziyo zethu kuNkulunkulu,
abhubhise imiphefumulo yethu.
“Ngithi kini, yilowo
nalowo oyakungivuma phambi
kwabantu, neNdodana yomuntu
iyakumvuma phambi kwezingelosi zikaNkulunkulu.
Kepha ongiphikayo phambi kwabantu,
uyakuphikwa phambi kwezingelosi zikaNkulunkulu.”
NgokukaLuka 12:8-9
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha