UMose nama-Israyeli wakhuthazelela ukuhlushwa okukhulu kusukela isikhathi bagcina iphasika futhi behamba eGibhithe baze bewela uLwandle Olubomvu. Lokhu kwagcwaliseka ngokukuhlupheka kukaKristu adlula kukho emkhosini wesinkwa esingelamvubelo, okwakulusuku olulandela lapho begcina iPhasika.
Umkhosi wesinkwa esingelamvubelo ngumkhosi obonisa ukuhlupheka kaKristu, okunguqobo Emthethweni kaMose eTestamenteni Elidala. Kule nkathi, uNkulunkulu wasitshela ukuba sibambe iqhaza ekuhluphekeni kaKristu ngokuzila ukudla futhi ngokuphelela ngokunqoba konke ukuhlupheka esingandlula kukho ngamunye ngamunye.
Yena lowo Moya ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu.Uma-ke singabantwana, siyizindlalifa futhi, izindlalifa zikaNkulunkulu, izindlalifa kanye noKristu, uma phela sihlupheka kanye naye, ukuze siphiwe inkazimulo futhi kanye naye.Ngokuba ngithi izinhluphekozesikhathi samanje azinakulinganiswa nenkazimulo eyakwambulwa kithina. Roma 8:16-18
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha