Njengoba nje uJesu wakhuthazelela, wanqoba ukugconwa, edelelwa ngabantu, nokukhashelwa kwabafundi bakhe, waphinde wahlupheka esiphambanweni ngenxa yabantwana bakhe abathandayo, nathi, kufanele sithathe isiphambano sethu silandele indlela kaJesu.
Ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo, kufanele sikhumbule ukuhlupheka kukaJesu Kristu futhi sicabange ngokuhlupheka kukaKristu Ahnsahnghong oweza okwesibili. Uma silandela uKristu endleleni yakhe, sinikeza ukubonga kuzo zonke izimo, uNkulunkulu uguqula izithiyo ezinjengolwandle olubomvu zibe ithuluzi lomusa.
Khona uJesu wathi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele. Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukufumana.” NgokukaMathewu 16:24-25
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha