Ukuze uthole intethelelo yezono, kufanele kube khona umuntu othwala izono. UNkulunkulu wasibonisa lokhu njengesithunzi kusengaphambili ngezilwane ezazihlatshelwa usuku lweSabatha, umnikelo wokushiswa ovamile, iPhasika kanye nayo yonke eminye imikhosi eTestamenteni Elidala, kanye nomthetho weTestamente Elidala wokuthi ngoSuku Lokubuyisana, izono zazibekwa phezu ka-Azazeli owayethunyelwa ehlane, ebese eyafa.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu ayabona ukuthi uNkulunkulu wabekezelela konke ukuhlupheka esiphambanweni, ukuhlekwa, nokudelelwa yindalo Yakhe ngoba kwakuwuthando olukhulu lukaNkulunkulu lokufuna ukusindisa bonke abantu ngokukhokha inani lezono zabo.
Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi. Uma sithi asonanga, simenza umqambimanga, nezwi lakhe alikho kithi.
1 kaJohane 1:9-10
“[N]jengalokho iNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”
NgokukaMathewu 20:28
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha