Esikhathini esedlule, lapho ama–Israyeli ona, bakhokhele izono zabo ngegazi lezilwane endaweni engcwele. Izono abantu ababezigcina endaweni engcwele unyaka wonke zabuyiselwa ku-Azazeli, omele uSathane, ngumpristi omkhulu ngoSuku Lokubuyisana, usuku lweshumi lwenyanga yesikhombisa ngokwekhalenda elingcwele. Lo msebenzi wenziwa ngoSuku Lokubuyisana kulo nyaka futhi.
UKristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama bafike njengendawo engcwele esikhathini sikaMoya oNgcwele. Kufanele sinike ukubonga kubo abasisindise ngokuba yiminikelo yomhlatshelo ukuze benze inhlawulo yezono zabo bonke abantu. Kufanele futhi senze uthando esilutholile kuNkulunkulu kubafowethu nodadewethu.
“Indawo yendlu yethu engcwele iyisihlalo sobukhosi esinenkazimulo esiphakemeyo. O, themba lika-Israyeli, Jehova.”
UJeremiya 17:12–13
Ngosuku olulandelayo uJohane wabona uJesu eza ngakuye wathi, “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu, elithatha isono sezwe!”
NgokukaJohane 1:29
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha