Eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili edlule, abaphostoli kanye nabangcwele beBandla lokuqala babekholelwa kuJesu njengoNkulunkulu ngoba wabathembisa uMbuso waphakade weZulu ngeSivumelwano Esisha. Ngokunjalo, amalungu eBandla likaNkulunkulu akholelwa kuKristu Ahnsahnghong nakuNkulunkulu uMama.
UNkulunkulu wasebenza ngamagama ahlukene ngezikhathi ezehlukene — njengoNkulunkulu uBaba uJehova, noNkulunkulu iNdodana uJesu, noNkulunkulu uMoya oNgcwele u-Ahnsahnghong. Kodwa, banguNkulunkulu ofanayo owenza iSivumelwano Esisha, okuwuphawu lukaNkulunkulu.
“Bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli nendlu kaJuda.” … “Ngiyakufaka umthetho wami ezibilinini zabo, ngiwulobe ezinhliziyweni zabo, ngibe nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.”UJeremiya 31:31-33
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha