Lapho ama–Israyeli ayengazigcini izinqumo nemithetho kaNkulunkulu,
uNkulunkulu wabashiya base beba buthakathaka ukuze
benyathelwe abeZizwe. Kepha, lapho bekhonza
ngokwethembeka uNkulunkulu kuphela, uNkulunkulu wayehlezi enabo, futhi
baba yisizwe esinamandla nokuthula.
Njengoba kulotshiwe encwadini yabaHluleli, 1 IziKronike, nezi–1 AmaKhosi, njll,
lapho benza okubi, beshiya uNkulunkulu,
abakwazanga ukuzisize kodwa bawa.
Ngokuba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu KwabeseRoma 15:4
Ngokwalesi sifundo seBhayibheli, iBandla likaNkulunkulu
lilandela izimfundiso zikaNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama,
abeze njenga baSindisi ngesikhathi sikaMoya Ongcwele.
Ngakho uNkulunkulu uhlezi enathi futhi uvikela onke amaSiyoni emhlabeni wonke.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha