UKristu wafa esiphambanweni ngenxa yezono zabantu. Waphila impilo yevangeli, eshumayela izindaba zensindiso ukuze asindise abantu. Ngale ndlela, ukushumayela kungokwalabo abakhathalela kakhulu insindiso yabanye kunokunethezeka kwabo. Lokhu kungenzeka ngokuzimisela ukulandela indlela yesiphambano sikaKristu.
Kuso sonke isikhathi sokushumayela ivangeli ukuze kusindiswe umphefumulo owodwa, singase sibhekane nobunzima obuningi futhi sizidele njengomSamariya nezinceku ezihlakaniphile ezazuza amathalente amahlanu namabili kumfanekiso.
Kepha, izibusiso ezikhazimulayo zaseZulwini zithenjiswa endleleni elandela isibonelo sikaNkulunkulu.
Ekuseni kusemnyama kakhulu, wavuka waphuma, waya endaweni eyihlane, wakhuleka khona. . . . Wathi kubo: “Masiye kwezinye izindawo emizaneni eseduze ukuba ngishumayele nakhona; ngokuba ngiphumele khona lokho.”
NgokukaMarku 1:35–38
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha