UMkhosi Wamadokodo eTestamenteni Elidala, owawugubha ukwakhiwa kwethempeli,
uyisithunzi, iqiniso lawo uMkhosi Wamadokodo eTestamenteni Elisha, lapho uNkulunkulu esinikeza uMoya oNgcwele wemvula yamuva njengamanzi okuphila. Lokhu kubonisa ukuthi bonke abantu kumele beze kuNkulunkulu uMama, omele iThempeli laseJerusalema, ukuze bekwazi ukwamukela uMoya oNgcwele wemvula yamuva, basindiswe.
NguNkulunkulu kuphela onganikeza amanzi okuphila kuso sonke isintu. Ngakho, uMoya noMlobokazi, abanikeza amanzi okuphila ngesihle ezinsukwini zokugcina, banguNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama.
UMoya nomlobokazi bathi: “Woza!” Nozwayo makathi: “Woza!” Nowomileyo makeze; othandayo makathabathe amanzi okuphila ngesihle. IsAmbulo 22:17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha