Ngosuku lokubuyisana, uMose wehla nezibhebhe zamatshe zemiyalo eyishumi, wadlulisela intando kaNkulunkulu. Ebese–ke abantu baletha ngenkuthalo iminikelo yokusetshenziselwa umsebenzi wokwakha ithempeli, babonga uNkulunkulu ngokuthethelela izono zabo. Lomkhosi ngumkhosi wamadokodo.
Kulesi sikhathi, amalungu eBandla likaNkulunkulu enza umsebenzi womvangeli ngokubutha abantu basezulwini, izinto zethempeli ezingokomoya, abavela emhlabeni wonke, bebaholela ensindisweni kukaKristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama. Lona ngumsebenzi obusisekile wamalungu eBandla likaNkulunkulu, agcwalisa isiprofetho somkhosi wamadokodo.
“Onqobayo ngiyomenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami. Abasoze futhi balishiye.”
Isambulo 3:12
Ngakho uNkulunkulu uMninimandla wonke uthi: “Ngoba abantu sebewakhulumile lamazi,
ngizokwenza … labantu izinkuni …”
Jeremiya 5:14
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha