UMnyakazo kaMoya oNgcwele wenziwa nguMoya oNgcwele othululelwe phezu kwebandla lokuqala ngoSuku lwePhentekoste. Ngalokhu, abantu abangu-3,000 nabangu-5,000 baphenduka ngosuku olulodwa, neqiniso lokuthi uJesu unguKristu lafafazeka ngokushesha ngisho emazweni abezizwe.
Namuhla, iBandla likaNkulunkulu eligcina uMkhosi wamaDokodo lifeza uMnyakazo kaMoya oNgcwele omangalisayo, ukuze lifakaze emhlabeni wonke ngoKristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, abangabaSindisi esikhathini sikaMoya oNgcwele.
“kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.” IzEnzo 1:8
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha