Kuleli zwe, kukhona izixuku ezimbili zabantu:
labo abazwayo nabenza lokhu okushiwo nguNkulunkulu, nalabo abangakwazi ukuqonda kungakhathaliseki ukuthi ziningi kangakanani izikhathi bezwa izwi likaNkulunkulu.
Esikhathini sokugcina sikaMoya oNgcwele, kukhona indawo
lapho singakwazi ukulizwa, nokuliqonda ngokucacile izwi
likaBaba u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama,
futhi sigcine iPhasika, neSabatha leSivumelwano Esisha
ngokwezibonelo zikaNkulunkulu.
Leyo ndawo yiNhlangano Yomsebenzi Wezwe iBandla likaNkulunkulu.
“Kodwa nina anikholwa, ngokuba anisibo abezimvu zami. Izimvu zami ziyalizwa izwi lami; nami ngiyazazi, ziyangilandela.” [NgokukaJohane 10:26-27]
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha