UNkulunkulu wasifundisa ukuthi zonke izivivinyo nobunzima ama-Israyeli abhekana nakho ehlane kuyizifundo kithina abaphila impilo yokholo namuhla.
Ngisho noma ungagijima kahle ekuqaleni, uma uphonsa ithawula maphakathi, ngeke uthole umklomelo. Ngendlela efanayo, uma sinqoba zonke izilingo endleleni yokholo, siyothola imivuzo yasezulwini; futhi uma siya phambili nokholo olukhuthalelayo kuNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama, uNkulunkulu usinikeza indlela yokuphepha.
“Woyikhumbula yonke indlela uJehova uNkulunkulu wakho akuholile ngayo le minyaka engamashumi amane ehlane ukuba akuthobise, akuvivinye, azi okusenhliziyweni yakho, uma ubuyakuyigcina imiyalo yakhe noma qha.” UDuteronomi 8:2
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha