USolomoni, uGideyoni, noMose bazama ukunqaba imiyalo kaNkulunkulu,
bethi babengesibona abafanele ukuba bafeze imiyalo kaNkulunkulu.
Nokho, uNkulunkulu wabona ukholo lwabo olungabonakali, wakhetha bona.
UNkulunkulu wabanikeza amandla ukuze bafeze uthunyo lwabo.
Isizathu sokuba iBandla likaNkulunkulu lisungulwe emhlabeni wonke
ukuthi asizange sibheke amandla ethu lapho sifeza umsebenzi kaNkulunkulu,
kodwa sakholelwa kumandla kaKristu u-Ahnsahnghong nakuMama waseZulwini.
Konke kwenzeke ngenxa yokuthi sathembela Kubo, saya phambili.
Nginamandla ukwenza konke ngaye ongiqinisayo. KwabaseFilipi 4:13
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha