Abantwana bakaNkulunkulu kumele bazi ukuthi yiluphi usuku abangahlangana ngalo noNkulunkulu. UNkulunkulu wadala izulu nomhlaba izinsuku eziyisithupha, waphumula ngosuku lwesikhombisa, elumisa njengowesine eMiyalweni Eyishumi.
UJesu wabiza iSabatha ngokuthi “usuku lwami,” futhi Yena uqobo wabeka isibonelo sokugcina iSabatha.
ISabatha losuku lwesikhombisa akulona iSonto kodwa uMgqibelo. Njengoba iBhayibheli liloba ukuthi uJesu wavuswa ngosuku lokuqala lweviki (ngeSonto), singakuqinisekisa ukuthi usuku lweSabatha uMgqibelo. Ngokulandela la mazwi, Inhlangano Ethunywe Ezweni iBandla likaNkulunkulu likhonza uNkulunkulu ngoMgqibelo—iSabatha losuku lwesikhombisa. ULuka 4:16
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha