Abanyundeli baphikelela ngokuthi ukhozi oludla isidumbu angeke kuthiwe nguNkulunkulu.
Nokho, uNkulunkulu usazisa isimo Sakhe ngemifanekiso ehlukahlukene eseBhayibhelini.
Uma kungenakwenzeka ukufanisa uNkulunkulu nesilwane esidla isidumbu,
akunakwenzeka futhi ukufanisa uNkulunkulu nomvini noma ithempeli elingakwazi ngisho nokunyakaza.
Nokho, iBhayibheli lifanisa uNkulunkulu nomvini noma ithempeli.
Ngakho-ke, akunangqondo ukuzama ukuthola ubungcwele bukaNkulunkulu esilwaneni esinikezwe njengomfanekiso, futhi ukuphikelela kwabo kudlula konke ukucabanga.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha