Amabandla amaningi emhlabeni aphikelela ngokuthi uSuku lweSabatha lwachithwa ngoba luyingxenye yomthetho weThestamente Elidala.
Nokho njengabantu bakaNkulunkulu, sibizelwe ukugcina yonke imiyalelo eyishumi—kusukela kumyalo wokuqala kuya koweshumi, awukho nowodwa esingawushaya indiva. Akekho ongasho ngokufanele ukuthi, “Imiyalo eyisishiyagalolunye kwelishumi kumele igcinwe, kodwa umyalo wesine awudingi ukugcinwa.”
Ngisho namabandla angalugcini uSuku lweSabatha, akuvuma kalula ukubaluleka kwemiyalelo eyishumi.
Ngakho-ke, inkulumo ethi “uSuku lweSabatha aludingi kugcinwa ngoba lwachithwa njengengxenye yomthetho weThestamente Elidala” iyaphikisana futhi ingamanga. Nanamuhla, kufanele silugcine uSuku lweSabatha lube ngcwele, njengoba nje umyalo wesine ufuna.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha