Ibandla likaNkulunkulu Lethula Izindaba Ezinhle Zensindiso Emhlabeni Wonke. UNkulunkulu ufundisa abantwana Bakhe ukuthi konke kwenziwa ngokokholo lwethu, futhi wathembisa ukuthi enkathini kaMoya Ongcwele yilabo kuphela abathatha isinyathelo ngokholo abazothola isibusiso somsebenzi omkhulu “Wokusindisa umhlaba wonke.”
Lowo Owasilethela Iqiniso lesivumelwano esisha unguNkulunkulu Wethu. Njengoba kusezwini likaNkulunkulu ukuthi umsebenzi womusa wokuphenduka nokuxolelwa kwezono uzoqala eJerusalema futhi ushunyayelwe kuzo zonke izizwe, abantu abavela kuzo zonke izizwe bandiza njengamafu kuKhristu Ahnsahnghong nakuMama WaseZulwini abasilethele iqiniso eliholela embusweni wezulu.
Wayesethi kubo: “Hambani niye ezweni lonke, nishumayele ivangeli kukho konke okudaliweyo. Okholwayo abhapathizwe uyakusindiswa, kepha ongakholwayo uyakulahlwa.” NgokukaMarku 16:15–16
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha