UNkulunkulu uqinisekisa uMbuso weZulu njengomlamuleli (wePhasika) leSivumelwano Esisha, futhi uhola abantu ukuba baphume kokungaqinisekiwe beye kwikusasa eliphephile, nelikhanyayo. NgokweBhayibheli, uNkulunkulu ukuqinisekisa kwiBandla likaNkulunkulu kuphela.
Njengoba siphila esiKhathini sikaMoya oNgcwele, ukholo nengqondo yethu akufanele ihlale esikhathini seNdodana. IBhayibheli lifakaza ukuthi ukukholwa kuKristu Ahnsahnghong nakuNkulunkulu uMama, abathethelela izono zethu ngePhasika leSivumelwano Esisha, kuyindlela yokuqinisekiswa uMbuso weZulu kulesi sikhathi.
“Onqobayo ngiyakumenza abe yinsika ethempelini likaNkulunkulu wami, . . .ngiyakuloba . . .phezu akhe, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, iJesrusalema elisha elehla ezulwini kuNkulunkulu wami, negama lami elisha. IsAmbulo 3:12
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha