Kuleli zwe elinosizi nezinhlekelele ezihlukahlukene, nezifo ezithathelwanayo,
labo abangasinika ithemba loMbuso waphakade weZulu
lapho bungekho ubuhlungu, ukuhlupheka, noma ukufa, nguBaba
noMama baseZulwini kuphela, abeza njengoMoya noMlobokazi.
Njengokuba uNkulunkulu avumela abantu Bakhe bamubone uKristu
ngeSivumelwano esidala, wasifundisa ukuthi singamubona kanjani
uMama wethu waseZulwini ngeSivumelwano Esisha kulesi sikhathi.
Abantu abaphila ngaphandle kokulahlekelwa ithemba ngaphansi kwanoma isiphi isimo,
begcwele ukubonga, ngabantu beBandla likaNkulunkulu.
Balandela izimfundiso zikaMama waseZulwini, bagcina Isivumelwano Esisha.
Lokhu kungukufanekisa; ngokuba laba bayizivumelwano ezimbili… Kepha iJerusalema eliphezulu likhululekile, lona lingumame wethu. KwabaseGalathiya 4:24-26
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha