Ezinsukwini zaseSodoma naseGomora, abakhwenyana bakaLoti babhekana nenhlekelele ngoba babethatha isixwayiso njengehlaya. Umprofethi ongazange ashaye indiva isixwayiso sikaNkulunkulu wabulawa kabuhlungu yingonyama endleleni. Ngesikhathi sikaMose, amazibulo ayo yonke imizi yaseGibhithe eyayingaligcini iPhasika lafa. Ngalezi zindaba zomlando, sifunda ukuthi kumele sinake umlayezo kaNkulunkulu wesixwayiso esiwunikwe kulesi sikhathi.
UKhristu Ahnsahnghong wathi ukugcina imiyalo kaNkulunkulu kuwukuthanda uNkulunkulu. Waphinde wasifundisa ukuthi, njengasesikhathini se-Eksodusi, ngokugcina umyalo wePhasika kuphela singakwazi ukuthola uphawu lokukhululwa enhlekeleleni futhi sibe ngaphansi kwesivikelo sikaNkulunkulu phakathi kwezinhlekelele zokugcina eziprofethiwe.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha