KwiTestamente elidala, ama-Israyeli asindiswa ngegazi lewundlu lePhasika. Lokhu kukhombisa ukuthi labo abanegazi likaJesu, oweza njengewundlu lePhasika, bangakwazi ukusindiswa, ebese labo abangenalo igazi lakhe bazothola izinhlekelele.
Lapho sihlanganyela umcimbi ongcwele wePhasika wokudla inyama kaNkulunkulu nokuphuza igazi lakhe, izinhlekelele ziyedlula phezu kwethu ngoba uNkulunkulu ukithi. Ngaphezu kwalokho, singakwazi ukubekwa uphawu njengabantwana bakaNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama.
“Yena lowo Moya ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu.” KwabaseRoma 8:16
“ Odla inyama yami, aphuze igazi lami, unokuphila okuphakade; mina ngiyakumvusa ngomuhla wokuphela. ... Odla inyama yami, aphuze igazi lami, uhlala kimi, nami kuye.” NgokukaJohane 6:54-56
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha