Abantu abayiziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili base-Nineve,
ababengakwazi ukuhlukanisa phakathi kwesokudla nesokunxele, balalela uJona
ngenkathi eshumayela kubo, elandela imiyalo kaNkulunkulu futhi
bonke baphenduka. Kulesisikhathi samanje, nathi kufanele sishumayele Isivumelwano
Esisha iPhasika–iqiniso lensindiso futhi lokuthethelelwa kwezono–
kubo bonke abantu abangayiqondi imithetho kaNkulunkulu.
Njenge’zindlu ezabhica igazi lewundlu lePhasika
eminyango yabo zasindiswa kuyo inhlekelele ngesikhathi sikaMose,
labo abahlanganyela inyama kanye negazi likaJesu Kristu
ngesinkwa kanye newayini lePhasika, bayokuthola
uphawu lwensindiso ezikhathini zeTestamente Elisha.
uKristu uAhnsahnghong wafakaza ngePhasika Lesivumelwano Esisha.
UnguNkulunkulu owafika okwesibili ukuzothethelela izono zesintu
ezinsukwini zokugcina, ngokwe’ziprofetho zeBhayibheli.
“Bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova,
“lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha
nendlu ka-Israyeli nendlu kaJuda . . .
“ngokuba ngiyakuthethelela ububi babo,
nesono sabo angisayikusikhumbula.” Jeremiya 31:31–34
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha