Isivumelwano esisha yiso esenza
abantu, uNkulunkulu abadalile, babe
yigugu kakhulu.
Iqiniso lesivumelwano esisha liyingcebo
yasezulwini ngisho nezingelosi eZulwini
ezilangazelela ukulibona.
UNkulunkulu unikeze leli qiniso kubantu
basezulwini kuphela abangakwazi ukudla ifa
loMbuso weZulu.
Labo abanenyama negazi likaNkulunkulu
ngokudla nokuphuza isinkwa newayini lePhasika,
uNkulunkulu athi Kwenziwe NguNkulunkulu,
bangaba abantwana bakaNkulunkulu.
Bangakwazi ukuthola ukuthethelelwa kwezono
kanye nesibusiso sokuphila okuphakade
eSiyoni lapho kuhlala khona uKristu Ahnsahnghong
kanye noNkulunkulu uMama.
“Bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova,
“lapho ngiyakwenza isivumelwano
esisha nendlu ka-Israyeli nendlu
kaJuda, . . . “ngiyakufaka umthetho
wami ezibilinini zabo, ngiwulobe
ezinhliziyweni zabo, ngibe
nguNkulunkulu wabo, bona babe
ngabantu bami.”
UJeremiya 31:31-33
Khona uJesu wathi kubo: “Ngiqinisile,
ngiqinisile ngithi kini: . . . Odla inyama
yami, aphuze igazi lami, unokuphila
okuphakade; mina ngiyakumvusa
ngomuhla wokuphela.”
NgokukaJohane 6:53-54
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha