Uma umzimba wethu
ulahlekelwa u-1-2% wamanzi
awo, kungabangela ukoma okukhulu.
Uma umzimba wethu
ulahlekelwa u-12% wamanzi
awo, kungaholela ekufeni.
Lokhu kuyisithunzi salokho
okusemhlabeni kamoya, okukhombisa
ukuthi amanzi okuphila abalulekile
ekuvuseleleni imiphefumulo yethu.
UMoya kanye noMakoti
kuphela—uKhristu Ahnsahnghong
kanye noMama waseZulwini
iJerusalema Elisha—abangakwazi
ukunikeza amanzi okuphila avuselela abantu.
Yibona abathulula uMoya
oNgcwele ngePhentekoste, njengoba
kwaphrofethwa abaphrofethi uZakhariya
noHezekeli eTestamenteni Elidala
nabaphostoli uJohane noPawula
eTestamenteni Elisha.
UMoya nomakoti bathi: “Woza!”
Nozwayo makathi: “Woza!”
Nowomileyo makeze; othandayo
makathabathe amanzi okuphila ngesihle.
ISambulo 22:17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha