Njengoba wonke umuntu enobaba nomama ababazala ngokwenyama, kukhona uBaba ongokomoya noMama ongokomoya abasinika ukuphila okuphakade emhlabeni wezingelosi.
Ngokukholelwa kulokhu, kumele sigcine iPhasika lesivumelwano esisha, okuwukuphela kwendlela yokuba ngabantwana bakaNkulunkulu.
Abantwana bakaNkulunkulu, abazobusa ingunaphakade embusweni wezulu, kumele balazi igama likaNkulunkulu.
Kanjengoba abangcwele balamukela igama likaJesu ebese basindiswa ngenkathi yeNdodana, amalungu eBandla likaNkulunkulu amukela uKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama enkathini kaMoya oNgcwele, bashumayela igama likaNkulunkulu emhlabeni wonke futhi bethula izindaba zensindiso.
Kepha uma nina ningayalwa, njengalokhu kwenziwa kanjalo kubo bonke, khona-ke ningamavezandlebe, anisiwo amadodana.
Futhi-ke sasinobaba bethu begazi ababesiyala, futhi sibahlonipha. Pho singemthobele ngani kakhulu uYise wawomoya kunobaba, siphile na?
KumaHebheru 12:8–9
Abanye bagabe ngezinqola zempi, abanye ngamahhashi, kodwa thina sethembele egameni likaSimakade uNkulunkulu wethu.
IHubo 20:7
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha