Bonke abantu emhlabeni bayiziboshwa ezigwetshwe ukufa ngokomoya, abazi ukuthi kuzokwenzekani kubo kusasa. Ngakho ubhapathizo olusebenzela ukuthethelelwa kwezono kumele lwenziwe ngokushesha njengoba nodokotela bengagcini nje ngokubheka iziguli eziphuthumayo izinyanga kodwa bezelapha ngokushesha.
Abangcwele beBandla lokuqala babebhapathiza abantu endleleni, ebusuku, ngisho nangezinsuku zeSabatha. Noma ubani owayefuna insindiso wayebhapathizwa, kungakhathaliseki isikhathi nendawo. (IzEnzo 8:26–39; 10:44–48; 16:13–14; 16:29–34)
Umkhosi wokubhapathizwa uqukethe uthando olukhulu lukaNkulunkulu owabethelwa esiphambanweni esikhundleni Abantu abenza izono ezinkulu. Ngakho-ke, singakwazi ukusindiswa kuphela uma sikholelwa kuMsindisi oza negama elisha enkathini kaMoya oNgcwele, Khristu Ahnsahnghong futhi sibhapathizwa egameni lakhe.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha