Zonke izinto kulo mhlaba zadalwa ngentando kaNkulunkulu.
UNkulunkulu wadala zonke izinto eziphilayo ukuze zithole ukuphila ngomama.
Lena intando enkulu kaNkulunkulu
yokwazisa ngobukhona bukaMama waseZulwini,
onika abantu ukuphila okuphakade.
UMama waseZulwini iBhayibheli elifakaza ngaye
ngoMuntu owadalwa ngomfanekiso kaNkulunkulu uBaba
onomfanekiso wesilisa, nowesifazane owadalwa
ngomfanekiso kaNkulunkulu uMama onomfanekiso wesifazane.
Njengoba abantu bebize umfanekiso wesilisa
kaNkulunkulu ngokuthi “Baba” izinkulungwane zeminyaka,
kumele sibone uNkulunkulu uMama iBhayibheli
elifakaza ngaye futhi simamukele.
Lokhu ukuhlakanipha okusiholela ezulwini.
Kepha iJerusalema eliphezulu likhululekile,
lingumama wethu. . . .
asisibo abantwana besigqilakazi,
kodwa singabantwana bokhululekileyo.
KwabaseGalathiya 4:26–31
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha