Ababukele abangenalo isithakazelo evangelini abasoze bazuza ifa lombuso wezulu.
Ngakho-ke, kumele sibambe iqhaza ngokuzibophezela emsebenzini wensindiso, oholwa nguKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, ngomqondo womphathi, njengoMphostoli uPawula.
Njengoba isisho sithi, “Lowo onesibopho ungumnikazi, ongenaso isibopho uyisivakashi,” abantu bakaNkulunkulu ababizwe njengabasebenzi besivumelwano esisha kufanele bashumayele emhlabeni iqiniso lesivumelwano esisha, elingaholela abantu ensindisweni.
UJesu wasondela, wakhuluma kubo, wathi: “. . . Ngakho-ke hambani, nenze izizwe zonke
abafundi, nibabhabhadise egameni likaYise neleNdodana nelikaMoya oNgcwele. Nibafundise ukukugcina konke enginiyale ngakho. . . .”
NgokukaMathewu 28:18–20
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha