UJesu watshela abafundi bakhe ukuthi bafunde isifundo emkhiwaneni ukuze asazise isikhathi lapho ezobuya eze kulomhlaba futhi ngokubhujiswa nokuzimela kwe-Israyeli efaniswa nomkhiwane.
UKristu Ahnsahnghong wagcwalisa isiprofetho somkhiwane kanye nesiprofetho seNkosi uDavide. Uphinde wasazisa ngoNkulunkulu uMama eSiyoni, alisungula ngePhasika Lesivumelwano Esisha enkathini kaMoya oNgcwele. UnguNkulunkulu ozosisindisa.
“Fundani umfanekiso emkhiwaneni; nxa igatsha lawo selithamba, lihlume amaqabunga, niyazi ukuthi ihlobo seliseduze. Kanjalo nani, nxa nibona konke lokhu, yazini ukuthi iseduze ngasemnyango.” NgokukaMathewu 24:32-33
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha