UNkulunkulu, obona ngaphambili okuyakuza, ngesiqino wasixwayisa ukuba singanezeli noma sisuse utho emazwini eBhayibheli. IBhayibheli lisifundisa ukuba sigcine imiyalo kaNkulunkulu efana neSabatha kanye nePhasika, kodwa liphinde lisifundisa thina, amaKristu, ukuba siphile izimpilo zethu njengosawoti kanye nokukhanya kwezwe.
Njengoba nje uNkulunkulu wahola ama–Israyeli ewangenisa ezweni laseKhenani, wababusisa, nakulesi sikhathi futhi, lapho sikhazimulisa uNkulunkulu emindenini yethu, emsebenzini wethu, futhi nakomakhelwane bethu, ngokwe zimfundiso zikaNkulunkulu uAhnsahnghong noMama waseZulwini, siyakuvunyiwa njengaba phile izimpilo zethu njengabaKristu, futhi sithole isibusiso sokungena eMbusweni weZulu.
Kanjalo makukhanye ukukhanya kwenu phambi kwabantu ukuba babone imisebenzi yenu emihle, badumise uYihlo osezulwini. Isahluko sesihlanu ivesi leshumi nesithupha Mathewu 5:16
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha