IBhayibheli lifakaza ukuthi ubuhlobo phakathi kwezinto zasemhlabeni nezinto zasezulwini bufana nomfanekiso kanye neqiniso lakho. Lokhu kusho ukuthi singakwazi ngohlelo lomndeni wasezulwini ngohlelo lomndeni wasemhlabeni.
IBhayibheli lithi njengoba sinobaba abangabantu, sinoBaba wemimoya yethu. Ngaphezu kwalokhu, ukuba khona kukaNkulunkulu uMama onika izingane zasezulwini ukuphila kwaziswa kithi.
Kepha iJerusalema eliphezulu likhululekile, lona lingumame wethu. Galathiya 4:26
UNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama babeka inyama negazi Labo ePhasikani lesivumelwano e sisha, bavumela labo abaligcinayo ukuba babe ngabantwana Babo.
Abantwana bakaNkulunkulu bayokudla ifa layo yonke inkazimulo ezulwini njengezindlalifa zikaNkulunkulu. Ngakho-ke, isibusiso sokuba ngumntwana kaNkulunkulu sibaluleke kakhulu.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha