EVangelini likaJohane, uNkulunkulu wasinika isifundo esithi, “Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane;”
Encwadini yokuqala kaJohane, kulotshiwe ukuthi, “uNkulunkulu uluthando.” nasencwadini yokuqala kwabaseKhorinte,
kulotshiwe ukuthi, “kumi lokhu okuthathu: ukukholwa, ithemba, nothando, kodwa okukhulu kulokhu wuthando.”
Ngakho-ke, ukugcwaliseka kwawo wonke umthetho uthando.
Amazwi kaNkulunkulu uMama, “Indlela yevangeli kumele ibe yilapho kungekho muntu onesizungu,”
agqugquzele amalungu eBandla likaNkulunkulu emhlabeni wonke ukuba bazijwayeze ukukhonza nokuthandana,
aba yinto eqhuba umlando weBandla likaNkulunkulu weminyaka engama-60 kuze kube namuhla.
Uthando alukwenzi okubi kumakhelwane, ngakho-ke uthando lungukugcwaliseka komthetho.
KwabaseRoma 13:10
Bathandekayo, kumele sithandane, ngokuba uthando luvela kuNkulunkulu; bonke abanothando bazelwe nguNkulunkulu, futhi bayamazi uNkulunkulu.
Ongathandiyo akamazi uNkulunkulu, ngokuba uNkulunkulu uluthando.
1 KaJohane 4:7–8
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha