UNkulunkulu ukhuluma ngothando kuzo zonke izincwadi zeBhayibheli ezingu–66.
UNkulunkulu wabekela izibonelo zothando olukhulu ngokuza emhlabeni,
ethwele zonke izono zesintu, waze wabethelwa.
Ngakho abantwana bakaNkulunkulu kufanele bathandane, babumbane futhi
bacabangelane ukuze bagcwalise umyalo, baphinde bathola nezibusiso zasezulwini.
Namuhla, amalungu eBandla likaNkulunkulu emhlabeni wonke
ayaqonda amasiko nemicabango ehlukene yomunye nomunye
ngokufaka imfundiso yothando ezenzweni.
Bayacabangelana, babonisa inkazimulo kaNkulunkulu
ngezenzo ezinhle nothando lomakhelwane, ngokwezimfundiso zikaNkulunkulu uAhnsahnghong noNkulunkulu uMama.
Senihlambululile imiphefumulo yenu ngokulalela iqiniso, nize nithande abazalwane ngokungazenzisi, thandanani ngokupheleleyo omunye nomunye ngenhliziyo, 1 kaPetru 1:22
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha